Ukuhloniphisa (Zulu Euphemism)

Isihlonipho phecelezi (IsiNg:euphemism) esiZulwini sitshenziswa uma kunongwa ulimi, kujuliswa inkulumo okanye siyaye sihloniphise. Esikhathini esiningi KwaZulu amagama okuhloniphisa abantu babeziqambela wona ngoba isimo ngaleso sikhathi singabavumeli ukuthi baphimise egama eliqondile elaziwayo.

isib. Ebusweni = Ebuhleni.

Amagama okuhloniphisa

I

  • Kwamanzi
  • Kufe
  • Abantu=Abenzo
  • Ilanga = itshiliba/ itshida
  • Indlela= inyathuko
  • Ibhulukwe=Ixashibe
  • Indoda=owesilisa
  • Izandla=izamukelo
  • imali=inkece

Kanti futhi amanye amagama anezincazelo ezahlukene phecelezi Ambiguity Bona nje:iqanda Indoda : Injeza